Ngabe uhluke kanjani uMhlophe kuMnyamana? , livre ebook

icon

20

pages

icon

Afrikaans

icon

Ebooks

2015

Écrit par

Publié par

Lire un extrait
Lire un extrait

Obtenez un accès à la bibliothèque pour le consulter en ligne En savoir plus

Découvre YouScribe en t'inscrivant gratuitement

Je m'inscris

Découvre YouScribe en t'inscrivant gratuitement

Je m'inscris
icon

20

pages

icon

Afrikaans

icon

Ebooks

2015

Lire un extrait
Lire un extrait

Obtenez un accès à la bibliothèque pour le consulter en ligne En savoir plus

ULulu unamakati amabili, uMhlophe noMnyamana, elimhlophe kanye nelimnyama. Akalithandi ikati elimnyama futhi akalethembi. Uthanda ikati elimhlophe futhi ulibona lilihle. Ngokwakhe, la makati amabili awadalwanga ngendlela efanayo. Kule ncwadi uchazela umama wakhe ukuthi kungani ecabanga ukuthi ikati elimhlophe lingcono kunekati elimnyama. Umama uyachaza ukuthi ayafana la makati, umehluko ukumbala wesikhumba sawo. Inhloso yale ncwadi ukushintsha indlela okucabanga ngayo izingane ukuze zazi ukuthi akukho mehluko phakathi kwezinhlanga ezimhlophe kanye nezimnyama. Sonke singabantu futhi sidalwe ngendlela efanayo. Akumele sihlukumezane futhi akekho umuntu okumele aphathwe kangcono kunomunye ngoba siyizidalwa ezifanayo. Umehluko ukumbala wesikhumba sethu kuphela. Siyethemba ukuthi le ncwadi izokwenza ukuthi izingane zethu zixoxisane ukuze kususwe ukucwasana, ukubuka abanye ngendlela ethile kanye nokuphatha abanye ngendlela ehlukile ukuze zikhule zihloniphana ngendlela efanayo, kungabikho ingane ecabanga ukuthi ingcono kunezinye, futhi kungabikho ngane ebukelwa phansi ngezinye.
Voir icon arrow

Publié par

Date de parution

01 janvier 2015

Nombre de lectures

0

EAN13

9780620689984

Langue

Afrikaans

Poids de l'ouvrage

1 Mo

Ngabe uhluke kanjani uMhlophe kuMnyamana?
Ibhalwe nguNonkqubela Mart Qumba
Ihunyushelwe olimini lwesiZulu nguBusisiwe Pakade
ULulu, uyintombazanyana eneminyaka eyi-12, ukhuluma nomama wakhe ekhishini. ULulu unamakati amabili,elimnyama kanye nelimhlophe. Amagama awo ngoMhlophe noMnyamana. Amakati ahleli kusofa egunjini lokuphumula.
“Mama, ngingamenza kanjani uMnyamana ukuthi abemhlophe njengoMhlophe Angimthandi njengoba emnyama ? nje. Ngimthanda kakhulu uMhlophe ngoba umhlophe ,” kusho uLulu ngephimbo eliphezulu. Ngobani, ngane yami kubuza umama wakhe emangele.“ ?” Uyaphenduka bese ebuka uLulu ebusweni. Ingoba uMhlophe unombala omhlophe omuhle. 2
Voir icon more
Alternate Text